Cope

iCope ithi umengameli, uCyril Ramaphosa, kumele axosh’ ungqongqoshe wamaphoyisa, uBheki Cele, njengoba ehluleka ukuphenya icala lokubulawa kukaSenzo Meyiwa. uMeyiwa wadutshulwa wabulwa ngo2014 ngenkathi evakashele intombi yakhe, uKelly Khumalo, eVosloorus, eGoli. Kanti kuze kube manje akekho osake waboshwa ngalesenzo. Ngesonto eledlule iAfriforum yamemezela ukuthi izomela umndeni wakwaMeyiwa iwusize ngokuthola ababulali. Okhulumela iCope, uDennis Bloem, uthi lelicala […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background