Coronavirus

Health minister Zweli Mkhize says the work that front line healthcare workers do, especially now during the coronavirus pandemic, must not be taken for granted. South Africa has over 627 000 confirmed cases of the virus and has recorded 121 more deaths – one in KwaZulu-Natal, 20 in Gauteng, 20 in the Eastern Cape, 24 […]

More than 100-thousand people in South Africa have now contracted Covid-19, with the death toll nearing two-thousand. Health minister, Zweli Mhkize, says a further 61 people have succumbed to the virus, with 38 people dying in the Western Cape, 18 in the Eastern Cape, three in KZN and one in Limpopo. This brings the total […]

Minister of Transport, Fikile Mbalula, says he is at all times mindful that risks posed by the re-opening of a service such as commuter rail must not adversely affect communities by spreading new coronavirus infections. Rail in the country has not been operational since the lockdown started in March. Mbalula says the government’s approach to […]

The World Health Organisation says that clinical trials of the drug hydroxychloroquine as a possible treatment for the coronavirus will be resumed. Last month the organisation temporarily suspended trials of the malaria drug due to safety concerns. More than 3500 patients in 35 countries have been recruited to take part in the trials. WHO’s, Soumya […]

Inkantolo ephakeme ePitoli izolalela icala lokuqala ngqa eliphathelene nokulwisana nemigomo yelockdown elivulelwe uhulumeni. Uhulumeni wavala izwe thaqa ngo March, ngenxa yemizamo yokunqanda ukubhebhetheka kwe coronavirus. Yize lesnqumo sesekwa cishe yizwe lonke ngenkathi uhulumeni esithatha, kodwa manje sekukhona izinhlangano ezithi asisawenzi umqondo ophusile ikakhulukazi njengoba umnotho wezwe ufadabala. Oyiskhulumi senhlangano iLiberty Fighters Network nokuyiyo evulele uhulumeni […]

Health Minister, Zweli Mkhize, says the number of covid-19 infections continues to rise rapidly. The number of known cases now stand at 19137, and the health department says 63.5 percent of these were recorded in the Western Cape, where 12153 people contracted the disease. This comes as the government is preparing to ease regulations of […]

Ungqongqoshe wezemfundo, uAngie Motshekga, uthi kungekudala umnyango wakhe uzokhipha ikhalenda elisha lezokufunda njengoba lizothinta nonyaka ozayo u2021. Izolo umemezele ukuthi ukufunda kuzoqala ngomhlaka 1 June, uma uGrade 7 no 12 sebebuyela emakilasini. uMotshekga uthi ukuphazamiseka kokufunda ngenxa yeLockdown kuyabaphoqa ukuthi bahlahle izinhlelo ezintsha ezizolawula ukusebenza kothisha izikhathi zokufunda kanye nokuthi amaholidi azoba nini. Uthi lelikhalenda […]

Basic Education Minister, Angie Motshekga, says parents must work closely with the schools to ensure that pupils with pre-existing illnesses are assisted. Motshekga had been briefing media on preparations for the re-opening of schools amid the COVID-19 lockdown. All schools will reopen on the 1st of June, starting with grades seven and 12. Teachers will […]

Inyunyana yabasenzi bakahulumeni i-PSA, ithi isiphonse inselelo umnyango wezempilo kulesifundazwe ukuthi uphenye ngobudedengu ethi benziwa isibhedlela iPrince Mshiyeni Memorial eMlazi eningizimu yeTheku mayelana nokuvimba ukusabalala kweCovid-19. iPSA ithi kulesibhedlela kusanda ukuthi kunomhlengikazi osetheleleke ngeCoronavirus kodwa iwadi asebenza kulo lezingane nomama abasanda kuteta liyaqhubeka nokusebenza njengenjwayelo. Oyisikhulu esiphezulu ku-PSA kulesisifundazwe, uMlungisi Ndlovu, uthi umqashi uhudula izinyawo […]

South Africa has been hit by 26 more Covid-19 deaths. The Health Department says the virus’ total known death toll now stands at 312. The Northern Cape has reported its first death. The number of confirmed cases shot up yesterday by 767, taking the total to 17 200. Close to 8 000 patients have recovered. […]

Ungqongqoshe wezemfundo emazingeni aphakeme, uBlade Nzimande, uthi uhulumeni kumele abambisane nezinkampani ezizimele ukwandisa imali yoxhaso lwabafundi asebeqede iziqu zokuqala. uNzimande ubethula umbiko phambi kwamakomidi lezemfundo ephakeme ePhalamende. Iningi labafundi lihlala emakhaya emvakokuphothula amaDimploma nama Degree ngenxa yokungakwazi ukuthola uxhaso lokuqhubeka nokufunda, ikakhulukazi labo abebefunda ngosizo lukahulumeni. uNzimande uthi bayaxoxisana nomnyango kamgcinimafa ngaloludaba. Listen here: Podcast […]

The World Health Organisation’s Africa region says the impact of the coronavirus pandemic could deepen food insecurity and malnutrition on the continent. There are now more than 72 000 confirmed cases of the virus in Africa and over 2000 people have died. WHO’s Regional Director for Africa, Matshidiso Moeti, says recent estimates suggest that as […]

President, Cyril Ramaphosa, says he’s concerned that there are people who still think that the coronavirus can only affect certain people. Ramaphosa has been addressing media in the Eastern Cape. The country has more than 12700 confirmed coronavirus cases, 238 deaths and over 5000 recoveries. Ramaphosa says Covid-19 education and awareness needs to be intensified. […]

Ungqongqoshe wezemfundo emazingeni ayisisekelo, u-Angie Motshekga, kulindeleke ukuthi asethule ngesonto elizayo ismemezelo mayelana nokuvulwa kwezikole. Izolo uMotshekga bekulindeleke ukuthi achazele isthangami sabezindaba mayelana nezinhlelo zokuvula kwezikole kodwa wahlehlisa. Kanti imibiko iveza ukuhoxa kwalesthangami kuza njengoba izinyunyana zothisha zishaya phansi ngonyawo zifuna umnyango uziqinisekise ukuthi usuwenze konke okumele ukwenze ukuphephisa othisha nabafundi kwi Covid-19 ezikoleni. Okhulumela […]

The Democratic Alliance says it has given its legal representatives the go-ahead to file papers in the High Court to challenge the rationality of some lockdown related issues. These include limitations on e-commerce, exercise and curfew restrictions. The party’s interim leader, John Steenhuisen, says they understand the seriousness of the coronavirus, but these restrictions limit […]

Umengameli, uCyril Ramaphosa, uthi uhulumeni kumele asebenzise lesisikhathi seCovid-19 ukwenza uhlelo lweNational Health Insurance ukuba lube yimpuymelelo. uRamaphosa ubekhuluma nabezindaba ngesikhathi eyohlola isimo esifundazweni iEastern Cape. Izifundazwe eziningi zikhande amagumbi omtholampilo amaningi angomahamba nedlwane ukulekelela ukulwa nokubhebhetheka kwecoronavirus. uRamaphosa uthi imitholampilo engomahamba nendlwana kumele ingabe isadilizwa uma sekudlule iCovid-19. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm […]

Ungqongqoshe womnyango wezokuthuthukiswa komphakathi kulesfundazwe, uNonhlanhla Khoza, uthi kufanele abantu bebe nobuntu bededele abaswele ukuba kube yibona abahlomuka ngokudla okunikeliwe. UKhoza usho lokhu njengoba namhlanje ehambele KwaDukuza, ku ward4, ukuyonikezela ngokudla okunikelwe yinhlangano yosomabhizinisi abahlangani baseBallito namaphethelo. Ukhoza uthi amakhansela kanye nalabo abasebenzisana nabo kufanele bathembeke uma bekhipha ukudla okunikeliwe kutholwe ngabafanele ukukuthola. Listen here: […]

Ungoti wezomnotho, uDante Mashile, uthi uhulumeni kumele adlale indima emqoka ukuqinisekisa ukuthi imnotho wezwe awufadalali njengoba umhlaba ubhekene neCovid-19. uMengameli, uCyril Ramaphosa, izolo umemezele ukuthi ekupheleni kwalenyanga iNingizimu Africa izokwehlela kuLevel 3 weLockdown lokho okukhomba ukuthi izindawo eziningi sezovumeleka ukuba zisebenze. Uphinde wathi kodwa zikhona izindawo ezinabantu abaningi abaneCoronavirus ezizoqubeka noLevel 4. uMashile uthi uhulumeni […]

Equal Education together with Equal Education Law Centre and Section27 is hoping for a clear and comprehensive plan on the phased re-opening of schools. Basic Education minister, Angie Motshekga, is expected to brief the nation soon on the final dates for the re-opening of schools. Equal Education’s, Noncedo Madubedube, says the department is still required […]

Usekela meya kamasipala wesifunda uMgungundlovu, uSibongile Mabaso, usegxeke isenzo athi senziwa ezinye zezitolo ezidayisa ukudla osekutholakale ukuthi ziqashisa ngezifonyo kubathengi. UMabaso ukusho lokhu ngesikhathi evakashele iranki yamatekisi emgwaqeni uLangalibalele eMaritzburg lapho ekhuthaze khona abagibeli kanye nabashayeli ukuthi balandele yonke imigomo ebekiwe yokuvikela umphakathi kwi Covid-19. Uqhuba ngokuthi ukusebenzisa imask eyodwa nishintshana ngayo kuyingozi futhi akuvumelekile […]

The country now has a total of 219 people that have died of the disease thus far as 13 more people have succumbed to covid-19. The number of confirmed cases has increased to 12074. However more than 4700 are said to have recovered. Ramaphosa says these numbers would’ve been much higher if the country did […]

Umengameli, uCyril Ramaphosa, uthi kubhekeke ukuthi ingxenye enkulu yezwe yehliselwe ku level 3 we-lockdown ekupheleni kwalenyanga. Umengameli usho kanje ngenkathi ethula inkulumo yakhe ebhekiswe esizweni izolo ebusuku. Uqhuba ngokuthi nokho izindawo ezinesbalo esiphezulu kakhulu sabantu abane coronavirus zizohlala ku level 4. URamaphosa uthi ukuvalwa kwezwe kusize kakhulu ekunqandeni ukubhebhetheka ngamandla kwaleligciwane. Listen here: Podcast stream […]

Osomabhizinisi abangabangcwabi ePietermaritzburg bakhala ngokuthi kunolwazi abasashoda ngalo mayelana nokumele bakwenze nokungamele bakwenze uma bethola umuntu oshone ngenxa yecoronavirus. Labosomabhizinisi basho kanje kulandela ukuthi benxuswe uhulumeni ukuthi nabo babambe iqhaza ekunqandeni ukubhebhetheka kwaleligciwane. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm By: Nompendulo Ngubane

A political analyst has debunked the conspiracy theories that surround the global outbreak of the coronavirus. One theory is that it was created and designed to give governments around the world control over their people. Another is that the virus was engineered in a laboratory to boost the Chinese economy, while at the same time […]

Inhlangano yamalungelo abantu iSonke Gender Justice ithi iyasamukela isphakamiso sokuthi kudedelwe ngoshwele iziboshwa ezingu 19000 ukunqanda ukubhebhetheka kwecoronavirus emajele akuleli. Oyiskhulumi salenhlangano, uGiven Sigwaqwe, uthi unethemba lokuthi ibhodi elengamele ezikashwele luzolucabangisisa kahle loludaba kuzona zonke izithangami elizobanazo. uSigwaqwe uthi bona ke nje kade baqala ukugqugquzela ukuthi kuxegiswe isbalo emajele ngenxa yezifo ezithelelanayo njengesofuba. Listen here: […]

There is still uncertainty on the way forward for the reopening of South African schools. Minister of Basic Education, Angie Motshekga, has met with education leaders and representative unions and will today outline the plans to the National Coronavirus Command Council. The CEO of the Federation of Governing Bodies of South African Schools, Paul Colditz,says […]

Premier Sihle Zikalala is calling for an urgent investigation into an alleged child abuse and endangerment during an altercation between two KwaDukuza municipal officers and the child’s father. This incident occurred in Ballito north of Durban where its alleged that the family had contravened the Disaster Management Act by walking outside the regulated time. In […]

A total of 511 South African health workers have already tested positive for Covid-19, and 26 are currently in hospital. A doctor and a nurse are among those who have lost their lives. Health minister, Zweli Mkhize, announced these figures during a visit to the Job Shimankana Tabane Hospital in Rustenburg, North West. The chairperson […]

Unobhala weANC kulesfundazwe, uMdumiseni Ntuli, uthi bakhathazekile ngokungalandelwa kwemigomo yeLockdown kwezinye izindawo. uNtuli ubethulela abezindaba umbiko emva kokuba ubuholi balenhlangano bube nomhlangano eThekwini. Izifunda iTheku kanye neLembe yizo ezihamba phambili ngokuba nabantu abaningi abaneCovid-19. uNtuli uthi amaphoyisa kumele aqinisekise ukuqapha isimo ezindaweni ezifana naseSiphingo, iKwaMashu kanye naseNanda. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm Khonamanjalo ungqongqoshe […]

Inhlangano yamabhunu i-Afriforum isisabise ngokuthatha izinyathelo zomthetho uma ungqongqoshe wezokubusa ngokubambisana, uNkosazana Dlamini-Zuma, engawuguquli umyalelo ophoqa abantu asebetholwe necoronavirus ukuthi bagcinwe ezikhungweni zikahulumeni. Lenhlangano isho kanje kulandela ukuthi ungqongqoshe wezempilo kulesfundazwe, uNomagugu Simelane-Zulu, ezwakalise ukuthi uhulumeni wesfundazwe usunqume ukuthi abantu asebeqinisekiswe ngalesifo ngangabe besavunyelwa ukuthi bazivalele bona emakhaya. USimelane-Zulu usho kanje kulandela ukuthi sekubonakele ukuthi […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background