Cyril Ramaphosa

Uhulumeni kaMengameli, uCyril Ramaphosa, ngesikhathi ewina ukhetho kulonyaka wathembisa ukubeka oqhulwini ukuletha intuthuko kubantu. Ukuqinisekisa ukuthi umbono kaMengameli uyafezeka, uNdunankulu wakulesisifundazwe, uSihle Zikalala, naye wahlaba ikhwelo lokuthi lokho nakanjani kuphuthunyiswe. Listen here: Content hosted by iono.fm By: Lindelani Mbatha  

Umengameli, uCyril Ramaphosa, uthi okuningi okwabonakala ngesikhathi kunezigameko zokuhlaselwa kwabokufika kwakungelona iqiniso. uRamaphosa ukhulume kanje ngesikhathi ephendula imibuzo engqungqutheleni iAfrica Investment Forum eqhubeka eGoli. Kulezigameko kwadlula emhlabeni abantu bakuleli abangu-9 nabokufika abathathu okufaka phakathi nomshayeli okusolwa ukuthi washona ezama ukunqanda ukuthi izingane zidayiselwe izidakamizwa. uRamaphosa uthi eminye yemibiko yayingamanga futhi yayibhebhethekisa udlame. Listen here: Content […]

iCope ithi umengameli, uCyril Ramaphosa, kumele axosh’ ungqongqoshe wamaphoyisa, uBheki Cele, njengoba ehluleka ukuphenya icala lokubulawa kukaSenzo Meyiwa. uMeyiwa wadutshulwa wabulwa ngo2014 ngenkathi evakashele intombi yakhe, uKelly Khumalo, eVosloorus, eGoli. Kanti kuze kube manje akekho osake waboshwa ngalesenzo. Ngesonto eledlule iAfriforum yamemezela ukuthi izomela umndeni wakwaMeyiwa iwusize ngokuthola ababulali. Okhulumela iCope, uDennis Bloem, uthi lelicala […]

Ungqongqoshe wezokuthutha, uFikile Mbalula, uthi uzimisele ukuqinisekisa ukuthi izinkinga ezibhekene nenkampani yezitimela kahulumeni iPrasa ziyaphela. uMbalula ubethulela abezindaba umbiko wekomidi lesikhashana iWar room ebelihlonzwe ukuba libheke ukusebenza kwezitimela kuleli. Ziningi izikhalo ngalenkampani kahulumeni ngokungasigcini isikhathi nokwafakazelwa wukubambezeleka kukamengameli, uCyril Ramaphosa, ekuqaleni kwalonyaka elibangise ePitoli. uMbalula uthi ukungafiki ngesikhathi kwalezitimela kubuyisela emuva umnotho wezwe. Listen here: […]

There’s high expectation for Finance minister, Tito Mboweni’s, medium-term budget statement before parliament this hour. But do you know what the Mid-term budget speech is all about? This budget speech basically sees the government lay out their financial plans for the next three years as well as revisiting issues discussed from the previous year. The […]

Parliament’s portfolio committee on Justice and Correctional Services has resolved to give, Nomgcobo Jiba, a final seven calendar days to make representations regarding President, Cyril Ramaphosa’s, recommendation for her and colleague, Lawrence Mrwebi, to be removed from the National Prosecuting Authority. This follows a court judgement two weeks ago that Jiba has recourse to make […]

By: Zilungile Mkhize   Umengameli, Cyril Ramaphosa, uthi uzimisele ngokuqinisa, aphinde athuthukise ezehwebo phakathi kweNingizimu Africa neRussia. uRamaphosa uhola ithimba lakuleli elihambele iRussia Africa Summit eSochi. Ubudlelwano obukhona phakathi kwaleli lengabade neRussia, obuhlanganisa nezohwebo, benza izigidi-gidi zamarandi ngonyaka. uRamaphosa uthi lobudlelwano busazoqhubeka iminyaka eminingi ezayo. Listen here: Content hosted by iono.fm

By: Bright Ntuli   International Relations and Co-operation Minister, Naledi Pandor, says South Africa’s message at the Russia Africa summit is that the country is ready for investments. About 100 South African companies have registered to participate in the economic forum that will be held in Sochi today before Russian President, Vladimir Putin, meets President, […]

By Sthulile Mdletshe   The Organisation Undoing Tax Abuse, has welcomed the Western Cape High Court’s judgment dismissing, Nomgcobo Jiba’s, bid to get her job back. Jiba had asked the court to order President, Cyril Ramaphosa, and the National Director of Public Prosecutions, Shamila Batohi, to reinstate her to the Deputy National Director of Public […]

By: Bright Ntuli   The Competition Commission has issued its draft Price Discrimination and Buyer Power Draft Guidelines. President, Cyril Ramaphosa, signed the amendments to the Competition Amendment Act in February this year and in July, Minister of Trade and Industry, Ebrahim Patel, promulgated certain sections of the amendments to the Act. The commission’s, James […]

By: Zilungile Mkhize   Umengameli, Cyril Ramaphosa, usebonge inkampani iMara Group ngokudalela intsha yakuleli amathuba amaningi emisebenzi. Umengameli usho kanjena evula ngokusemthethweni ifemu yalenkampani ezokwakha amaselula azokhiqizwa kuleli adayise umhlaba wonke. Lefemu ezinze eDube Trade Port enyakatho yeTheku, isiqashe intsha elinganiselwa ku200 esebenza kwezobuchwepheshe yakha lamaselula. uRamaphosa uthi izinkampani zakuleli nalezo ezizoletha imisebenzi kuleli kumele […]

By: Lindelani Mbatha Umengameli, uCyril Ramaphosa, uthi izakhamuzi kumele ziwukhokhele ugesi ukuze uEskom naye ezokwazi ukukhokhela izikweletu zakhe. uRamaphosa usho kanje ngenkathi ephendula imibuzo evela kumalunga omkhandlu wezifundazwe ephalamende iNCOP. u Eskom kumanje ukweleta imali elinganiselwa ku-R450 billion kanti baningi nomasipala abawukweleta izindodla zemali, omunye walabomaspala owase eNewcastle kuso lesfundazwe. uRamaphosa uthi imiphakathi kumele ikhokhele […]

By: Lindelani Mbatha Usihlalo webhodi lakwa Eskom, uJabu mabuza, uthi lenkampani ephakela ngogesi kuleli kubalulekile ukuthi ihlakazwe kathathu ukuze izosebenza ngendlela. uMabuza ubethula umbiko wonyaka wakwa Eskom ekomidini elibhekele ukusebenza kwezinkampani zikahulumeni ephalamende. iEskom kulonyaka ilahlekelwe yinzuzo ka-R21 billion wamarandi kanti uMengameli uCyril Ramaphosa wathi kumele ihlazwe kathathu okuzoba yi Generation, Transmission kanye neDistribution. uMabuza […]

By: Lindelani Mbatha President, Cyril Ramaphosa, says he’s concerned that the country’s economy is not performing at the same level as other upper level income countries. Ramaphosa has been speaking at the first meeting of the Presidential Economic Advisory Council in Parliament. He appointed the 18-member council with effect from the 1st of this month […]


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background