Dante Mashile
Ungoti wezomnotho, uDante Mashile, uthi uhulumeni kumele adlale indima emqoka ukuqinisekisa ukuthi imnotho wezwe awufadalali njengoba umhlaba ubhekene neCovid-19. uMengameli, uCyril Ramaphosa, izolo umemezele ukuthi ekupheleni kwalenyanga iNingizimu Africa izokwehlela kuLevel 3 weLockdown lokho okukhomba ukuthi izindawo eziningi sezovumeleka ukuba zisebenze. Uphinde wathi kodwa zikhona izindawo ezinabantu abaningi abaneCoronavirus ezizoqubeka noLevel 4. uMashile uthi uhulumeni […]
Ungoti wezomnotho, uDante Mashile, uthi bekuvele kulindelekile ukuthi iNingizimu Africa ifadabalelwe ngumnotho kulesisikhathi sonyaka. Abakwa StatsSA sebememezele lokhu namhlanje, bethi kudalwe ukukhula kancane komnotho ngonyaka owedlule nokwenze ukuthi iNingizimu Africa ilahlekelwe yimisebenzi engaphezu kuka 100 000. Umengameli, uCyril Ramaphosa, ngesikhathi ethula inkulumo yakhe abhekiswe esizweni ngonyaka owedlule wathi uzimisele ukudala imisebenzi engu 200 000 njalo […]
Economist, Dante Mashile, says South Africans may face tough times following ratings agency Moody’s decision to cut the country’s 2020 growth forecast. According to Moody’s, the economy remains stuck in low gear due to lackluster domestic private sector demand. Moody’s now expects the economy to grow at zero point 7 percent this year after saying […]
-
Pages