Department of Education
Abazali babafundi basemazingeni ayisisekelo kulesfundazwe sebezwakalise ukwehlukana kwemibono mayelana nokuvulwa kwezikole ngenyanga ezayo. Ekhuluma esthangamini sabezindaba ePitoli izolo uMotshekga uveze ukuthi izikole zizovulwa ngomhlaka 1 June kanti amagrades azobuyela kuqala kuzoba u 7 no 12. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm By: Nompendulo Ngubane
Ungqongqoshe wezemfundo eyisisekelo, uAngie Motshekga, uthi zonke izinkomba ziveza ukuthi zizovulwa izikole ngenyanga ezayo. uMotshekga ubethulela abezindaba izinhlelo zomnyango wakhe zokuqinisekisa ukuthi zonke izinsiza zokuphepha zizobe zihlinzekiwe ezikoleni. Sekuphele izinyanga ezimbili selokhu izikole zavalwa, ngenxa yemizamo kahulumeni yokunqanda ukubhebhetheka kwe-Coronavirus. uMotshekga uthi ikomidi elibhekelele ukusabalala kwaleligciwane selivumelene ukuthi izikole zivulwe ekuqaleni kwenyanga ezayo. Listen here: […]
Inyunyana yothisha iEducator’s Union of SA, ithi kumele ziphenywe izinsolo zokuthi ungqongqoshe wezemfundo, uKwazi Mshengu, umosha imali ngokuqasha izimoto. Kulempelasonto kuvele ukuthi lomnyango ususebenzise imali elingiselwa ku100 thousand wamarandi ukuqasha izimoto selokhu uMshengu athatha lesikhundla. Kubikwa ukuthi uMshengu unqabile ukusebenzisa imoto ebisetshenziswa yilo owayengungqognqoshe phambilini, uMthandeni Dlungwana, ngoba ethi lemoto ayikho esimeni esihle. Umengameli weEUSA, […]
The Department of Basic Education says it is pleased that the administration of the matric exams has been progressing without any major incidents that could jeopardise its credibility. The exams entered their third week yesterday when more than 187 thousand candidates wrote Physical Science and just under twelve thousand Technical Sciences. The department says more […]
-
Pages