Drop Rapist

By: Zilungile Mkhize Ungoti wezomthetho, uMpumelelo Zikalala, uthi kuzobanzima ukuthi lowo olahlwe yicala lokunukubeza ingane, uNicholas Ninow, asidlulisele phambili isigwebo agixabezwe ngaso yinkantolo sikadilika jele. uNinow ngenyanga eyedlule wazivumela ngokwakhe ukuthi wayinukubeza intombazanyana eneminyaka engu 7 ubudala endlini yangasese estolo sokudlela imindeni eGoli. uZikalala uthi kuzobanzima ngoba uNinow enkantolo uthe uzokwamukela nanoma yisiphi isigwebo. Listen […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background