Drought

Amalunga omphakathi waseNkandla eMahlayizeni ku-ward 6, athi azoqhubeka nokubhikisha uma lomkhandlu uhluleka ukubhekana nezikhalo zawo. Lomphakathi izolo uvale imigwaqo ngamathayi avuthayo ukhala ngokungabibikho kwamanzi, ukuqasha ngokwazana kumasipala kanye nokungabibikho komgwaqo. Oyisikhulumi somphakathi, uSiyanda Biyela, uthi inkinga enkulu ababhekene nayo indaba yamanzi esekuphele izinyanga ezintathu bengenawo. Listen here: Content hosted by iono.fm By:Lindelani Mbatha

Isikhungo esibhekelela ukusatshalaliswa kwamanzi uMhlathuze water enyakatho yesfundazwe, sithi kothi kuphela uMay abantu baseMkhanyakude bobe bengasayazi indaba yokushoda kwamanzi. Lokhu kulandela ukukhala kakhulu komphakathi owakhele loyamasipala. Listen here for full details: Content hosted by iono.fm By: Lindelani Mbatha

The African Farmers Association of South Africa is urging Government to intervene in support of farmers in drought-stricken provinces. In its preliminary report, Afasa revealed that the past few weeks have seen KwaZulu-Natal accounting for more than R12 million in livestock losses. The association’s, Tshianelo Mathidi, says there is no way farmers will be ready […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background