EFF

Ilungu le EFF ephalamende, uMbuyiseni Ndlozi, selichaze ukushona kuka, Tshegofatso Pule, owagwazwa amanxeba amaningi emzimbeni njengento ebuhlungu ekumele engabe ayizange nje yenzeka. uPule obeneminyaka engu 28 ubudala watholakala ngoMsombuluko elenga esihlahleni enamanxeba okugwazwa esifubeni kanti ubenezinyaka ezingu 8 ezithwele. Wanyamalala ngesonto eledlule eyovakashela isoka lakhe wangaphinde wabuya. Ekhuluma enkonzweni yomngcwabo wakhe uNdlonzi uthi isihluku esikhonjiswa […]

Ungqongqoshe wamaphoyisa, uBheki Cele, uthi akusilo iqiniso ukuthi izibhamu ezingekho emthethweni kuleli zithathwa emaphoyiseni. uCele ubephendula imibuzo yamalunga ephalamende. Ilunga leEFF ephalamende, uHenry Shembeni, utshele ungqongqoshe ukuthi izibhamu eziningi ezisezandleni zezigebengu zidalwa ubudedengu bamaphoyisa. uCele uthi ezinye izibhamu izigebengu zizithatha kulabo abadayisayo nalabo abasuke sebezithengile. Listen here: Content hosted by iono.fm By: Lindelani Mbatha

The EFF has rejected former apartheid president, FW De Klerk’s, apology. De Klerk made headlines after he said that apartheid was not a crime against humanity. The EFF had disrupted the proceedings at the SONA last week, calling for De Klerk to be thrown out. The party says it rejects his apology as it lacks […]

iANC ithi isenzo saloyo owayengumengameli wezwe ngasikhathi sobandlululo, uFW De Klerk, kanye nenhlangano, iDe Klerk Foundation, sokuphika ukuthi ubandlululo lwaluwubugebengu nokuhlukumeza abantu, imizamo nje yokuphehla inzondo yobuhlanga futhi kuleli. Iqembu elibusayo lisho kanje kulandela inkulumo kaDe Klerk, ethi akusilo iqiniso ukuthi ubandlululo lwaluwubugebengu wathi futhi alikho icala ngokwenzeka. Lamazwi acasule abaningi ezweni, ikakhulukazi abantu abamnyama, […]

Usomlomo wePhalamende, uThandi Modise, uthi awekho amalungiselelo asebewenzile ukubhekana nokuphazanyiswa kwenkulumo kamengameli ebhekiswe esizweni ngesonto elizayo. iSONA izoba ngolwesine mhlaka 13 February. Kuleminyaka edlule lenkulumo ibiphazanyiswa ukungaziphathi kahle kwamalungu amaqembu aphikisa, kanti ekuqaleni kwalelisonto, iEFF isabise ngoyiphazamisa lenkulumo ngoba inezikhalo ngomengameli nokuziphatha kwakhe. uModise uthi banethemba lezixakaxaka ngeke zisenzeka, ngoba ngeke zinakwe nakancane. Listen here: […]

Members of parliament have come down hard on EFF MP, Mbuyiseni Ndlozi, for his criticism of the national rugby team celebrations. During parliament’s tribute to the Boks, Ndlozi rallied against a narrative of false unity comparing the team to colonial symbols like Die Stem and the apartheid flag. He has labelled the week-long celebrations of […]

The EFF in the province is calling for Education MEC, Kwazi Mshengu, to resign following reports that taxpayers are forking out R90 000 monthly to rent a car for him. Mshengu has confirmed paying that amount for a luxury Mercedes Benz vehicle despite his predecessor’s car being available for him to use. Sunday Times has […]

By: Lethiwe Mdluli Only 16.6 % of the over 1500 voting districts in the country have completely finished counting so far, and over 2 million votes have been counted so far. Results have been trickling in overnight, and current data shows that the ANC is enjoying an early lead nationally. The IEC’s latest update shows […]

By: Lethiwe Mdluli The Independent Electoral Commission, has dismissed all but one of the 52 objections it received involving 10 parties. Briefing media this morning in Gauteng, the IEC says all the parties have denied all the objections. The ruling party received 29 objections, with the BLF following with 19, the EFF received 13 and […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background