employement

By: Lindelani Mbatha Ungqongqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi kulesfundazwe, uNonhlanhla Khoza, uthi unethemba lokuthi umeya omusha womkhandlu uGu, eNingizimu yesfundazwe, uzokwazi ukubhekana nezinselelo ezikhungethele umphakathi wakuleyandawo. uKhoza ubekhuluma ngesikhathi kugcotshwa ngokusemthethweni, uSizwe Ngcobo, njengomeya omusha walomasipala. Lomkhandlu ubhekene nenkinga yokushoda kwamanzi kanye nokuguga kwengqalasizinda. uKhoza uthi kuzomele uNgcobo asebenzele nokudala amathuba emisebenzi. Listen here: Content hosted by […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background