face mask

Usekela meya kamasipala wesifunda uMgungundlovu, uSibongile Mabaso, usegxeke isenzo athi senziwa ezinye zezitolo ezidayisa ukudla osekutholakale ukuthi ziqashisa ngezifonyo kubathengi. UMabaso ukusho lokhu ngesikhathi evakashele iranki yamatekisi emgwaqeni uLangalibalele eMaritzburg lapho ekhuthaze khona abagibeli kanye nabashayeli ukuthi balandele yonke imigomo ebekiwe yokuvikela umphakathi kwi Covid-19. Uqhuba ngokuthi ukusebenzisa imask eyodwa nishintshana ngayo kuyingozi futhi akuvumelekile […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background