Femicide

By: Sanelisiwe Dlangamandla Ungqongqoshe wabesifazane ehovisi likamengameli, uMaite Nkoana-Mashabane, uthi akekho umuntu wesifazane ofanelwe ukunubezwa aphinde futhi afele ezandleni zomdlwenguli wakhe. UNkoane Mashabane, usho kanje njengoba ehambele ingqungquthela mayelana nodlame olubhekiswe kwabesifazne eGoli. Abanye bongqongqoshe abahambele lengqungquthela owezokuthuthukiswa komphakathi, uLindiwe Zulu. UNkoane Mashabane usekhulume ngokubulawa kukaloyo owayengumfundi wasenyuvesi yase Kapa, u-Uyinene Mrwetyana, ethi baningi abesifazne […]

By: Mthokozisi Manqele   Owesilisa wasendaweni yase Nkundusi eMtuba enyakatho yesfundazwe, usedubule wabulala udadewabo maqede wazidubula naye wazibulala. Lomlisa kubikwa ukuthi uvuke waqonda emzini kadadewabo obehlala yedwa bude buduze nomuzi wakhe, wavele wamkhomba ngesbhamu wamdubula. Lezelamani sekuvele ukuthi bezivele zihlala ngokuxabana njengoba kubikwa ukuthi lowesilisa ubevamise ukususa uthuthuva uma esephuzile. Oyiskhulumi samaphoyisa akuleyandawo uJustice Hlabisa […]


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background