Funerals

Ungqongqoshe wezempilo, uZweli Mkhize, uthi kuzomele ukuthi abantu asebeshonile bangcwatshwe ngokushesha ukuvikela ukuthelelana ngecoronavirus. uMkhize ubekhuluma ngesikhathi eyohlola izikhungo zezempilo eEastern Cape. Uthi ucwaningo lukahulumeni luveza ukuthi leligciwane lithelelana kakhulu emingcwabeni. “Umthetho kumele uthi isidumbu asisuke emakhazeni mese siya emangcwabeni. Lesimo esibhekene naso siyinkinga. Angikhulumi ngomuntu oshone ngeCOVID-19, ngikhuluma ngomuntu nje. Inkinga ayivamile ukuba kulo […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background