Greys Hospital

Ukushoda kwezinsiza kusebenza eziphephile kusalokhu kuyinkinga kubasebenzi bosizo oluphuthumayo okungama ambulance esibhedlela iGreys eMaritzburg. Lokhu kushoda kwezinsiza sekuholele ekutheni abasebenzi bahudule izinyawo lapho kumele bayolanda iziguli khona nosekudale ukuthi kube nabasebenzi abathweswe icala emva kokuthi bengazange baye ukolanda isiguli ngesonto eledlule. Lesiguli bese sivele siqinisekisiwe ukuthi sineCoronavirus. uNompendulo Ngubane uyabika. Listen here: Content hosted by […]

Abasebenzi bama ambulance esbhedlela iGreys eMaritzburg, sebekumise nse ukusebenza njengoba bekhala ngokungabi nazo izinsiza zokuzivikela kwi coronavirus. Kanti ongushlalo wenyunyana yalabasebenzi iNehawu kulesfundazwe, uMazwi Ngubane, uthi kuyabakhathaza ukuthi amalungu abo angahlinzekwa ngezinsiza zokuwavikela. uNgubane uthi sebebize umhlangano ophuthumayo nongqongqoshe wezempilo esfundazweni, uNomagugu Simelane Zulu, ukudingida ngendlela eya phambili. Listen here: Content hosted by iono.fm By: […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background