James Selfe

By: Sthulile Mdletshe   Umholi weDA, uMmusi Maimane, uthi unethemba lokuthi, uHellen Zille, uzosebenzisana nobuholi balenhlangano aphinde alethe amasu amasha. uMaimane ukhulume kanje kulandela umhlangano womkhandlu wenhlangano obuseGoli. UZille owayengumholi waleli qembu uqokwe njengosihlalo omusha wesigungu seqembu izolo kanti ungene esikhundleni sika, James Selfe, obesebambe lesikhundla iminyaka engu 20. Listen here: Content hosted by iono.fm


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background