Jozini Accident

The police have confirmed that the driver of a truck that ploughed into people and cars in Jozini north of the province had exceeded the legal blood alcohol limit. Eight people were killed while 30 others were injured in this incident. It is believed that the driver lost control of the articulated truck and ploughed […]

Umeya waseJozini enyakathyo yesfundazwe, uDelani Mabika, uthi abezomthetho kumele balusheshise uphenyo lwengozi yeloli ebulale abantu abangu 8 kuleliyadolobha izolo. Kusolwa ukuthi umshayeli uphunyukwe yileloli yashayisa izimoto, abantu ebebelinde amabhasi kanye nabadayisi basemgwaqeni. Kuphinde kwalimala kanzima abantu abangaphezu kuka 30. uMabika uthi bafuna ukwazi ngokushesha ukuthi yini imbangela yalengozi. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm Khonamanjalo […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background