King Goodwill Zwelithini

Amalungu amaqembu ezepolitiki kulesifundazwe, aseveze ukuthi yini ayilindele enkulumweni yeSilo Samabandla namhlanje. iSilo kulindeleke ukuthi sethule inkulumo yaso yokuvula ngokusemthethweni iSishayamthetho, eRoyal Show Grounds eMaritzburg Lenkulumo izolandelwa ngekaNdunankulu, uSihle Zikalala, kusasa lapho ezobe ethula inkulumo yakhe ebhekiswe esifundazweni. Listen to the full report here: Content hosted by iono.fm By:Nompendulo Ngubane


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background