Kwazi Mshengu

Ungqongqoshe wezemfundo kulesfundazwe, uKwazi Mshengu, usedonse ngendlebe abasebenzi bomnyango wakhe ukuba bangalinge baxhaphaze izimoto ezingaphezulu kuka 110 esezinikelelwe amaDistricts akulesfundazwe. UMshengu usho lokhu kulandela ukwethula kwakhe ngokusemthethweni izimoto athi zizosetshenziswa kakhulu ngabahloli kanye nothisha ukuhambela izikole ezahlukahlukene. UMshengu usethule lezi zimoto eMaritzburg maphakathi nesfundazwe kanti uthi zizoba usizo olukhulu ezikoleni zakulesfundazwe. Listen here: Podcast stream […]

Ungqongqoshe wezemfundo kulesfundazwe uKwazi Mshengu uthi usejube inhloko yomnyango ukuba ihambele isikole osekusabalele ivideo yabafundi baso bebiza ungqongqoshe kazwelonke ngegama besho ukuthi bona bazele ukudla nje esikoleni abanendaba nokunye. Laba bafundi babafana ababonakala bedla amasi eskoleni besebenzisa amaruler kanye nezikhwama zamafoni kanti futhi babonakala bengayigcini imithetho yelockdown efaka ukuziqhelelanisa nabanye kanye nokugqoka izifonyo. uMshengu uthi […]

Ungqongqoshe wezemfundo kulesfundazwe, uKwazi Mshengu, usenxuse amalungu omphakathi ukuthi angayithengi impahla eyebiwe ezikoleni. uMshengu usho kanje ngenkathi ethulela amalunga esishayamthetho isabelomali somnyango wakhe. Zingaphezu kuka-400 izikole eseziqgekeziwe ezinye zacekelwa phansi kulesfundazwe kusekela kwaqala iLockdown ngo-March. UMshengu uthi bazosungula ikomidi lomphakathi elizobhekela ukuphepha kwezikole. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm By: Lindelani Mbatha

Ungqongqoshe wezeMfundo kulesfundazwe, uKwazi Mshengu, uthi bezingakabibikho izinkomba zokuthi kunesandla semfene ekulahlekeni kwezinsiza zokuzivikela obekumele ziye ezikoleni. Ngempelaso kuntshontshwe ama PPE ezindaweni ekubalwa kuzo uMlazi, iPinetown kanye neZululand. Lokhu kwenzeka nje kulindeleke ukuthi abafundi bakaGrade 7 nabakaGrade 12 babuyele esikoleni ngoMsombuluko ozayo. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm By: Sthulile Mdletshe

Undunankulu wakulesisifundazwe, uSihle Zikalala, useyalele othisha ukuba bangalubhadi ezikoleni namhlanje njengoba kwakumememezele umnyango wezemfundo emazingeni aphansi kazwelonke. uZikalala ubethulela abezindaba izinhlelo zikahulumeni njengoba kulindeleke ukuthi kuvulwe izikole ngenyanga ezayo eThekwini. Othisha kanye nezikhulu zezemfundo bekulindeleke ukuba namhlanje baye ezikoleni beyolungiselela ukuvulwa kwezikole. Ngesonto eledlule ungqongqoshe wezemfundo wamemezela ukuthi abafundi abenza uGrade 7 no 12 bazovula […]

Education MEC, Kwazi Mshengu, says schools in the province are ready to reopen come June first. He says school infrastructure, supplies, and services have been prioritised in the Education department’s assessment process of school readiness. This includes the delivery of two thousand static water tanks and installation of hand-washing stations to needy schools with an […]

Ungqongqoshe wezemfundo kulesifundazwe, uKwazi Mshengu, uthi wenelisekile ngezinhlolo ezikhona zokuqinisekisa ukuthi izikole zikulungele ukwamukela abafundi ngenyanga ezayo. uMshengu uthi zikhona izifunda asezihambele ukuyobheka isimo, nathi umsebenzi awubonile ukhomba ukuthi isifundazwe siza kahle ngamalungiselelo aso. Uthi anethemba ngakho ukuthi kuyothi kushaya usuku lokuvula izikole eziningi ziyobe zikulungele ukufundisa abantwana. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm By:Zilungile […]

MEC for Education in the province, Kwazi Mshengu, has called on community members to protect and take care of school resources in their areas. He has been speaking after handing over of 8 buses for special needs learners and braille textbooks in Durban, Mshengu says every community member should make it their responsibility to protect […]

The EFF in the province is calling for Education MEC, Kwazi Mshengu, to resign following reports that taxpayers are forking out R90 000 monthly to rent a car for him. Mshengu has confirmed paying that amount for a luxury Mercedes Benz vehicle despite his predecessor’s car being available for him to use. Sunday Times has […]

Inyunyana yothisha iEducator’s Union of SA, ithi kumele ziphenywe izinsolo zokuthi ungqongqoshe wezemfundo, uKwazi Mshengu, umosha imali ngokuqasha izimoto. Kulempelasonto kuvele ukuthi lomnyango ususebenzise imali elingiselwa ku100 thousand wamarandi ukuqasha izimoto selokhu uMshengu athatha lesikhundla. Kubikwa ukuthi uMshengu unqabile ukusebenzisa imoto ebisetshenziswa yilo owayengungqognqoshe phambilini, uMthandeni Dlungwana, ngoba ethi lemoto ayikho esimeni esihle. Umengameli weEUSA, […]

By: Sthulile Mdletshe   The National Department of education has declared violence at schools a national crisis. This after a matric pupil was stabbed six times by a classmate at Mmabatho, near Mafikeng in North West. And here in KZN, a student from Eastwood Secondary School was laid to rest yesterday after he was stabbed […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background