KZN Department

Umnyango wezemfundo kulesifundazwe usunxuse izikole ukuba zidedele abafundi babuyele emakhaya njengoba kulindeleke izimvula ezinamandla. Umnyango uthi uma abafundi bengabhali kumele bephindele emakhaya kanti laba ababhalayo kumele babuyele emakhaya uma sebeqedile ukubhala. Okhulumela umnyango wezemfundo, uMuzi Mahlambi, uqhuba ngokuthi ayikho imibiko osayitholile mayelana nokulimala kwezingane ngenxa yesimo esibi sezulu. Listen here: Content hosted by iono.fm By: […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background