kzn weather

Ungqongqoshe wezokubusa ngokubambisana kulesisifindazwe, uSipho Hlomuka, usenxuse imiphakathi ukuba iqaphele njengoba isimo sezulu sisazoqhubeka nokuba simbi. UHlomuka ubekhuluma nabezindaba ngezinhlelo zikahulumeni wesifundazwe zokubhekana nezikhukhula kanye nokuduma kwezulu okuhlasele isifundazwe. Babalelwa ku 16 abantu asebeshonile ngalesisimo. UHlomuka uthi bazoqhubeka basiqaphe isimo. Listen here: Content hosted by iono.fm By: Lindelani Mbatha


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background