KZN

Ungqongqoshe wezemfundo kulesfundazwe, uKwazi Mshengu, usedonse ngendlebe abasebenzi bomnyango wakhe ukuba bangalinge baxhaphaze izimoto ezingaphezulu kuka 110 esezinikelelwe amaDistricts akulesfundazwe. UMshengu usho lokhu kulandela ukwethula kwakhe ngokusemthethweni izimoto athi zizosetshenziswa kakhulu ngabahloli kanye nothisha ukuhambela izikole ezahlukahlukene. UMshengu usethule lezi zimoto eMaritzburg maphakathi nesfundazwe kanti uthi zizoba usizo olukhulu ezikoleni zakulesfundazwe. Listen here: Podcast stream […]

Abanikazi bamupulazi kanye nabasebenzi basemapulazini sebeshaqiswe esinye futhi isigameko sokubulawa kwabanini bepulazi kulesisfundazwe. Kulempelasonto esiphuma kuyo abalimi kanye nabasebenzi bamapulazi bebebambe imashi yomkhankaso othi phansi ngokubulawa kwabanikazi bamapulazi kuleli. Akuphelanga mahora amangakanani ngaphambi kokuba kubulawe owesilisa ona63 kanye nomkakhe ona60 eplazini labo eNormandien, phambi kwaseNewcastle enyakatho yesifundazwe. Okhulumela amaphoyisa kulesifundazwe, uNqobile Gwala, uyachaza ngalelicala. Listen […]

Umengameli weIFP, uVelenkosini Hlabisa, uthi akufanele ukunikezelwa kwama food parcels kukhethe ibala lomuntu noma iqembu lepolitiki kodwa akusizwe bonke abasesidingweni. UHlabisa usho lokhu njengoba kade ebehambele ihostela iDalton eThekwini ukuyonikelela abahlali bakhona ngokudla nangezinto zokuzihlanza. UBongani Gina uyabika. Podcast stream by Fabrik.fm By: Bongani Gina

The Health department has reported the death of five more people due to the coronavirus. This is the highest known death toll in one day since the start of the outbreak. Gauteng and the Free State have each recorded two of the latest deaths, while the fifth person was from KwaZulu-Natal. The department says their […]

Premier, Sihle Zikalala, says entry points in the province such as airports will be visited to ensure that people coming into the province are thoroughly checked of the coronavirus. Zikalala has been addressing the KwaZulu Provincial AIDS Council, different NGO’s and civil society at Grey’s Hospital in Pietermaritzburg about the plans the province has embarked […]

By: Zilungile Mkhize and Lindelani Mbatha   Amehlo ezakhamuzi zakulesifundazwe athe njo kongqongqoshe abasanda kuqokwa kulandela umyalelo owakhishwa nguNdunankulu, uSihle Zikalala, lapho athi iminyango kumele isibenze ngokubambisana. Lokhu kubonakale ngesenzo sika Ravi Pillay, ongungqongqoshe wezezimali kulesfundazwe ngesikhathi engenelela emkhakheni wezemfundo esifundeni soGu eningizimu yesifundazwe. Listen here: https://iono.fm/e/761224

By: Lindelani Mbatha   Umgcini mabhuku jikelele, uKimi Makwetu, usetshele iphalamende ukuthi isifundazwe sakwaKwaZulu Natal yisona esihamba phambili ngokusebenzisa imali ingalandelanga imigudu efanele. uMakwetu ubethulela umbiko ka 2018/2019 kwikomidi elibhekelele ukusebenza kwezimali zomaphakathi ephalamende iScopa. Lesisifundazwe sizihola ngemali engaphezu kuka-R12.4 billion, silandelwe yiminyango eyahlukene kahulumeni kazwelonke. uMakwetu uthi kumele kuqiniswe imigomo yokusebenza kwemali kuminyango ethintekayo. […]

By: Mthokozisi Manqele   Imibhikisho enodlame yokuvalwa kwemigwaqo ngamatshe endaweni yakwa Skhemelele KwaMhlabuyalingana enyakatho yesifundazwe, isizoba wumlando kulandela ukusayindwa kwesivumelwano esizoholela ekutheni umphakathi wakuleyandawo uthole amanzi. Lesivumelwano sohlelo oludle u30 million wamarandi senziwe umnyango wezokuBusa ngokuBambisana uhlangane nomasipala wesifunda uMkhanyakude. Lamanzi azotholwa ngamawadi ayisithupha kuleyandawo, kanti umphakathi wakulezindawo ubuhlale njalo uvala umgwaqo oxhumanisa elakuleli neMozambique […]

By: Mthokozisi Manqele   Oyinhloko yomnyango wamaphoyis’ omgwaqo kuMasipala waseJozini enyakatho yesfundazwe, uZama Ngwane Khumalo, usexwayise bonke abashayeli emgwaqeni kule nyanga yezokuthutha ukuthi bagawule babheke. Lokhu kuza njengoba kuzoqala kusebenz’ umthetho wokuphuc’ abashayeli abephula imithetho amaphoyinti angaholela ekutheni bagcine bephucwe nezincwadi zokushayela. Lo mthetho uhlose ukuthi bonke abashayela budedengu baqaliswe phansi bayofundel’ ukushayela. uNgwane Khumalo, […]

By: Lindelani Mbatha Ungqongqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi kulesifundazwe, uNonhlanhla Khoza, uthi kubalulekile ukuthi imiphathakathi izibandakanye nezolimo ukuqeda ububha. uKhoza ubekhuluma nabezindaba zeGagasi FM, njengoba namhlanje eyokwethula umkhankaso wezolimo ngaphansi kwesifunda Ugu eningizimu yesifundazwe. Uhambele loyamasipala njengoba undunankulu wesifundazwe uSihle Zikalala ajuba ongqongqoshe bonke ukuthi babambe iqhaza ekuthuthukiseni izifunda ezahlukene. uKhoza uthi bafuna imiphakathi ibambe iqhaza ukuthuthukisa […]

By Lethiwe Mdluli The ANC in the province says it is saddened by the murder of yet another member of the party. Former regional treasurer, Martin Sithole, was shot and killed along with his friend, Buthanani Shange, outside Shange’s shop in Newcastle north of the province on Sunday. It’s not yet clear if Sithole’s murder […]

By: Lethiwe Mdluli Only 16.6 % of the over 1500 voting districts in the country have completely finished counting so far, and over 2 million votes have been counted so far. Results have been trickling in overnight, and current data shows that the ANC is enjoying an early lead nationally. The IEC’s latest update shows […]

By: Zilungile Mkhize Protests have marred Election Day in a few places in KZN and parts of the country. In a village outside Bergville in northern KZN, police used teargas and rubber bullets to disperse protesters who blocked all entrances with rocks and burning tyres. They say they will not vote because several promises made […]

By: Zilungile Mkhize Police Minister, Bheki Cele, says security forces are already taking charge in the volatile areas to eliminate the risks on voting day. Cele has outlined a massive deployment of state security machinery and officers, particularly to KwaZulu Natal and North West. He says these two provinces have been identified as hotspots ahead […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background