M4

Umgwaqo uM4 Ruth First Highway enyakatho yeTheku uzovulwa ngesonto elizayo kulandela ukulungiswa kusukela ngonyaka owedlule. Lomgwaqo wavalwa ngo November ngonyaka owedlule ngemva kokuthi ugugulwe ukuqhuma kwepayipi ngenxa yezikhukhula. Ungqongqoshe wezokuthutha kulesfundazwe, uBheki Ntuli, uthi ukulungiswa kwalomgwaqo kudle imali engaphezu kuka 40 million wamarandi. Uqhuba ngokuthi ukuvulwa kwawo kuzoba nomthelela omuhle emabhizinisini asenyakatho yeTheku. Listen here: […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background