M7

Umuntu oyedwa useshonile kulandela ingozi phakathi kwezimoto ezintathu emgaqweni uM7 ngase Pinetown ngaphandle kweTheku. Abezimo eziphuthumayo bathi ngenkathi befika endaweni yesgameko bafice eyodwa yalezimoto igingqike yalala ngomhlane enye ilele ngecala. Oyiskhulumi saba kwa Rescue Care, uGarrith Jaimeson, uthi bathole nokuthi izimoto ezimbili zishayisene maqede zaphuma emgaqweni zayoshayisa enye imoto emzileni obuyayo. Listen here: Content hosted […]

Umuntu oyedwa useshonile kwathi abanye balimala kulandela ingozi phakathi kwamaloli amathathu kanye nezimoto ezingu 6 ezincane. Lengozi yehle ku M7 ngase Bellville entshonalanga yeTheku. Imbangela yalengozi ayikacaci kanti ezintathu zalezimoto zigqamuke amalangabi. Listen here: Content hosted by iono.fm By: Bright Ntuli


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background