Maite Nkoana-Mashabane

Owayengungqongqoshe wezokuxhumana namazwe angaphandle, uMaite Nkoana-Mashabane, uthi uBruce Koloane, wenziwa inxusa lakuleli eNetherlands ngoba enesipiliyoni. uNkoana-Mashabane ubethula ubufakazi phamnbi kwekhomishana ephenya iState Capture eGoli. uKoloane wazivumela ngokwakhe ukuthi nguye owanikeza umndeni wakwaGupta imvume yokuhlalisa indiza yawo esikhumulweni i-Water Kloof Airforce Base ngo 2013. Lesisigameko sacasula abaningi njengoba lesisikhumulo sisetshenziswa kuphela umbutho wezokuvikela. Listen here: Content […]

By: Sanelisiwe Dlangamandla Ungqongqoshe wabesifazane ehovisi likamengameli, uMaite Nkoana-Mashabane, uthi akekho umuntu wesifazane ofanelwe ukunubezwa aphinde futhi afele ezandleni zomdlwenguli wakhe. UNkoane Mashabane, usho kanje njengoba ehambele ingqungquthela mayelana nodlame olubhekiswe kwabesifazne eGoli. Abanye bongqongqoshe abahambele lengqungquthela owezokuthuthukiswa komphakathi, uLindiwe Zulu. UNkoane Mashabane usekhulume ngokubulawa kukaloyo owayengumfundi wasenyuvesi yase Kapa, u-Uyinene Mrwetyana, ethi baningi abesifazne […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background