Marikana Massacre

Ummeli wabavukuzi ababulawa eMarikana uDali Mpofu uthi banikeza umengameli, uCyril Ramaphosa, amasonto amabili ukuba azoxolisa. UMpofu ubekhuluma ngesikhathi kukhunjulwa usuku abasebenzi abangaphezu kuka-34 abadutshulwa babulawa ngalo ngamaphoyisa ngesikhathi bebhikisha eMarikana. URamaphosa ekhuluma ngesikhathi kungcwatshwa isishoshovu seANC, uWinnie Madikizela-Mandela, wathembisa ukuthi uzohambela imindeni yalabasebenzi, kodwa lokho akaze kwenzeke. Abanye abasebenzi abasinda kulesisigameko nabo akaze banxeshezelwe. UMpofu […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background