Missing child

Intombazanyana eneminyaka engu 13 ubudala esekuphele inyanga yonke ingaziwa namanje umndeni wayo uthi awukalilahli ithemba. uNqobile Khanyile, wase eMlingo eMkhuze enyakatho yesfundazwe, kubikwa ukuthi wagcina ukubonwa ehamba nowesilisa oneminyaka engu 26 ubudala. Kanti ugogo wakhe, uEunice Mafuleka, uthi uyasola ukuthi umzukulu wakhe uyathandana nalowesilisa ngoba wazipakishela yena izikhwama wahamba naye. Ugogo uMafuleka uthi okwenza bahlalele […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background