Natasha Mazzone

I-DA ithi izolokhu ibelese ephalamende ifuna usomlomo aphasise isicelo sayo kube nenkulumo mpikiswano mayelana nenkohlakalo kuhulumeni ikakhulu ethinta amathenda. Leliqemmbu lithi lisola nokuthi imali engu 5 billion wamarandi uhulumeni ahlose ngayo ukutakula izwe kulesikhathi esinzima se-Covid-19 nayo isikhwabanisiwe. Usotshwebhu waleliqembu ePhalamende, uNatasha Mazzone, uthi ziningi izikhulu zephalamende okumele zizophendula ngezinsolo zokuba yingxenye yokukhishwa kwamathenda ngaphandle […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background