NCOP
Ungqongqoshe wezempilo kuzwelonke, uZweli Mkhize, uthi iCoronavirus isiyinkinga kakhulu manje kunakuqala. UMkhize ubethula izinhlelo zomnyango wakhe zokulwa neCovid-19 ngezobucwepheshe kumalunga ephalamende lezifundazwe iNCOP. Bangaphezu kuka-23 000 abantu asebenaleligciwane kuleli sebengu 48 eselibabulele kanti sebecela ku 12 000 asebeluleme. INingizimu Africa ngenyanga ezayo izokwehlela kuLevel 3 weLockdown nokuzoholela ekutheni babebaningi abantu abazoya emsebenzini. UMkhize uthi kumele […]
By: Lindelani Mbatha Umengameli, uCyril Ramaphosa, uthi izakhamuzi kumele ziwukhokhele ugesi ukuze uEskom naye ezokwazi ukukhokhela izikweletu zakhe. uRamaphosa usho kanje ngenkathi ephendula imibuzo evela kumalunga omkhandlu wezifundazwe ephalamende iNCOP. u Eskom kumanje ukweleta imali elinganiselwa ku-R450 billion kanti baningi nomasipala abawukweleta izindodla zemali, omunye walabomaspala owase eNewcastle kuso lesfundazwe. uRamaphosa uthi imiphakathi kumele ikhokhele […]
-
Pages