NICD

Isikhungo esibhekelele izifo ezithathelanayo iNICD, sesixwayise izakhamuzi ngokusabalalisa izindaba ezingasilo iqiniso ngeCoronavirus. Lokhu kulandela imibiko elokhu iqhamuka nasezinkundleni zokuxhumana, ethi leligciwane selifikile nakulelizwe. Umcwaningi weNational Institute of Communicable Deseases, uCheryl Cohan, uthi ukuphuma kwemibiko engasilo iqiniso kuyingozi kubantu abaningi. uCohan uthi bayaqhubeka nokuhlola abantu, kodwa namanje akekho ekusaqinisekiswe ukuthi unalesifo. Listen here: Content hosted by […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background