Nkosazana Dlamini-Zuma
Cooperative Governance and Traditional Affairs Minister, Nkosazana Dlamini Zuma, says it’s important to keep a curfew especially as government is opening the sale of alcohol. The minister had been addressing media on the regulations relating to the COVID-19 Level 2 restrictions. The curfew remains in place between 10pm and 4am, except where a person has […]
Ungqongqoshe wakwaCogta, uNkosazane Dlamini-Zuma, usenxuse labo abaphuza utshwala ukuba bakwenze ngokukhulu ukuqaphela. uDlamini Zuma ubethulela abezindaba imigomo okumele ilandelwe njengoba imigomo yeLockdown seyehlele kuLevel-2. Kusukela namhlanje kuya kulwesine utshwala sebuyatholakala. uDlamini Zuma uthi abantu kumele bakuyeke ukuthi uma sebephuze beshayele izimoto baphinde bahlukumeze abasifazane nezingane. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm Khonamanjalo inhlangano yabadayisi botshwala, […]
Inkantolo ephakeme ePitoli isikhiphe isinqumo sokuthi noma ngubani othalakala eneCoronavirus akaphoqelekile ukubekwa ezikhungweni zikahulumeni zokuhlukaniswa. Lokhu kulandela ukuthi inhlangano i-Afriforum iqonde enkantolo ukulwisana nemithetho yokuhlaliswa kwabantu ngenkani ezikhungweni ezihlelwe uhulumeni uma beguliswa yilesifo. Lenhlangano ithi iyasemukela isinqumo senkantolo ngoba uhulumeni akanalo ilungelo lokuphoqa abantu ukuthi bayohlala ezibhedlela ezihlelelwe ukugcina abaneCoronavirus uma bengakwazi ukuzihlukanisa bona nabantu […]
-
Pages