Nkosazane Dlamini-Zuma

South Africa has recorded 28 more coronavirus-related deaths bringing the total number to 552. There are now 25 937 confirmed cases of the virus and 13 451 recoveries which translate to a recovery rate of 52-percent to date. The health ministry says the Western Cape continues to be a concern with 16 893 confirmed cases […]

Ungqongqoshe wezokubusa ngokubambisana nabaholi bendabuko, uNkosazana Dlamini-Zuma, uthi abomthetho bazochaza kabanzi mayelana nokubhenywa kwagwayi ngesikhathi se-CoVID-19. Uthi lencazelo ilindeleke ukuthi yenziwe uma sekungena icala elithinta ukuvalwa kwagwayi nelifakwe i-Fair Trade Independent Tobacco Association enkantolo. uDlamini-Zuma udalule lokhu emhlanganweni womkhandlu wezifundazwe iNCOP nobuqhutshwa ngezobuchwepheshe. Uthi ukubhenywa kwagwayi akusiyo into elungile ekubeni kuliwa nesifo esithinta amaphaphu nesincisha […]

An online petition calling for the removal of Cooperative Governance minister, Nkosazana Dlamini-Zuma, is gaining wide support with almost 70 000 signatures. The petition states that Dlamini-Zuma under the National Disaster Act, is rewriting laws for her own personal gain and power and thereby stripping South African citizens of their human rights. Political analyst, Molifi […]

Ungqongqoshe wezokubusa ngokubambisana, uNkosazana Dalamini-Zuma, uthi okwamanje alikho ikhambi lokugomela igciwane icoronavirus. uDlamini-Zuma uthi izwe libheke unyaka nohhafu ngaphambi kokuba kube khona ikhambi lokugela leligciwane. Ukhulume kanje ngenkathi ethula imigomo nemibandela emisha ekumele izakhamuzi ziyilandele. Kamuvanje sekuvele ukuthi sesihleli ku 150 isibalo salabo asebetheleleke ngecoronavirus kuleli. Listen here: Content hosted by iono.fm By: Sthulile Mdletshe


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background