Nonhlanhla Khoza

Premier, Sihle Zikalala, says the families of the young women whose bodies were found dumped in sugarcane fields and a forest in Umthwalume on the south coast are far from healing, since no one has been convicted for the murder of their loved ones. Zikalala together with Transport and Social Development MEC’s have held a […]

Undunankulu wesfundazwe, uSihle Zikalala, uthi udaba lokubulawa kwabantu besfazane eMthwalume eningizimu yesfundazwe, sekugqamise ukubaluleka kokufundisa abafana ngendlela yokuziphatha. UZikalala usho kanje ngenkathi evakashele imindeni yabesifazane abangu 6, izidumbu zabo ezatholwa seziqala ukonakala ezimobeni zakuleyandawo. Undunankulu ehambisana nongqongqoshe wezokuphepha komphakthi, uBheki Ntuli, kanye nowezokuphepha komphakathi, uNonhlanhla Khoza, sebephinde baxoxisana nezinhlaka zomphakathi ngamasu okulwa naleshlava. Listen here: […]

Premier, Sihle Zikalala, says defeating the scourge of gender based violence will require a united front from families, neighbors, communities, and society at large. Zikalala, Social Development MEC, Nonhlanhla Khoza, together with Santaco are leading a massive Gender-Based Violence awareness campaign in Inanda, north of Durban today. SANTACO has joined forces with the provincial Government, […]

Social Development MEC, Nonhlanhla Khoza, says parents should believe their children, protect them and defend them at all times. Khoza had been speaking at the gender based violence dialogue in Durban. Last year President, Cyril Ramaphosa, unveiled an emergency action plan to combat violence against women and children, including the urgent release of more than […]

Social Development MEC in the province, Nonhlanhla Khoza, says anyone who turns a blind eye to gender based violence is as guilty as the perpetrator. Khoza has been addressing community members at Umthwalume’s Umzumbe Taxi Rank on the provinces south coast. This follows the discovery of decaying woman’s bodies in sugar cane fields and in […]

Ungqonqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi kulesfundazwe, uNonhlanhla Khoza, usenxuse imiphakathi ukuthi iqaphele uma isebenzisa izitofu kanye nezimbawula njengoba amakhaza ebhokile nje. U Khoza usho kanje kulandela ukuthi evakashele abahlali basemjondolo eyahlukene eThekwini abasale dengwane ngemva kokusha kwemijondolo yabo. Uqhuba ngokuthi uhulumeni usuqalile ukunikela ngezimpahla zokwakha kanye nezokwembatha ukuze labahlali baqale bakhe kabusha izindlu zabo. Listen here: Podcast […]

Ungqongqoshe womnyango wezokuthuthukiswa komphakathi kulesfundazwe, uNonhlanhla Khoza, uthi kufanele abantu bebe nobuntu bededele abaswele ukuba kube yibona abahlomuka ngokudla okunikeliwe. UKhoza usho lokhu njengoba namhlanje ehambele KwaDukuza, ku ward4, ukuyonikezela ngokudla okunikelwe yinhlangano yosomabhizinisi abahlangani baseBallito namaphethelo. Ukhoza uthi amakhansela kanye nalabo abasebenzisana nabo kufanele bathembeke uma bekhipha ukudla okunikeliwe kutholwe ngabafanele ukukuthola. Listen here: […]

Umnyango wezokuthuthukiswa komphakathi kulesifundazwe, uthi zikhona izinto ezingenziwa izakhamuzi ukuxosha ikati eziko, uphinde uzakhele nemadlana ngemikhiqizo ozenzele yona. Uthi uma umuntu enezandla zombili, kukhona okuncane angazenzela kona kunokuhlala avumele indlala ukuthi ungqongqosae ize izingenele endlini. Ungqongqoshe walomnyango, uNonhlanhla Khoza, uthi abantu kumele bakukhuthalele ukulima ukuze bezolwa nendlala. Listen here: https://iono.fm/e/764149 By Zilungile Mkhize and Lindelani […]

By: Lindelani Mbatha Ungqongqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi kulesifundazwe, uNonhlanhla Khoza, uthi kubalulekile ukuthi imiphathakathi izibandakanye nezolimo ukuqeda ububha. uKhoza ubekhuluma nabezindaba zeGagasi FM, njengoba namhlanje eyokwethula umkhankaso wezolimo ngaphansi kwesifunda Ugu eningizimu yesifundazwe. Uhambele loyamasipala njengoba undunankulu wesifundazwe uSihle Zikalala ajuba ongqongqoshe bonke ukuthi babambe iqhaza ekuthuthukiseni izifunda ezahlukene. uKhoza uthi bafuna imiphakathi ibambe iqhaza ukuthuthukisa […]

By: Lindelani Mbatha Ungqongqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi kulesfundazwe, uNonhlanhla Khoza, uthi unethemba lokuthi umeya omusha womkhandlu uGu, eNingizimu yesfundazwe, uzokwazi ukubhekana nezinselelo ezikhungethele umphakathi wakuleyandawo. uKhoza ubekhuluma ngesikhathi kugcotshwa ngokusemthethweni, uSizwe Ngcobo, njengomeya omusha walomasipala. Lomkhandlu ubhekene nenkinga yokushoda kwamanzi kanye nokuguga kwengqalasizinda. uKhoza uthi kuzomele uNgcobo asebenzele nokudala amathuba emisebenzi. Listen here: https://iono.fm/e/755112


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background