NSFAS

The National Student Financial Aid Scheme has unfunded 5 000 students for the 2020 academic year after an audit found that their household family income was above the R350 000 threshold. NSFAS says the financial information was obtained from the South African Revenue Services. It has issued communication to all affected students to notify them […]

Higher Education Minister, Blade Nzimande, says claims that NSFAS will write off billions of student debts are factually incorrect and irresponsible. Nzimande had been briefing media on progress in the implementation of Covid-19 measures in Pretoria. Last week the Democratic Alliance made allegations that NSFAS is planning to write off more than R1.9 Billion historic […]

The National Student Financial Aid Scheme is writing off almost two-billion-rand in historic debt. This was revealed in a response to a DA parliamentary question, by minister of Higher Education, Science and Technology Blade Nzimande. The DA’s Belinda Bozzoli, says the minister has to clarify what criteria was used to write off the debt and […]

Usihlalo wesigungu esengamele iUniversity of Zululand enyakatho yesfundazwe, uNomarashiya Caluza, uthi bafuna kube khona ukuxhumana nokuxoxisana phakathi kwabafundi nabaphathi besikhungo ukugwema iziteleka ezinodlame. UCaluza usho lokhu ngesikhathi ekhuluma esithangamini sabezindaba eThekwini, njengoba sekuphele amasonto amabili kuvalwe lesikhungo kulandela imibhikisho yabafundi egcine isinodlame. Uthi kokunye labafundi abakhala ngakho, ukuthi kunabangu 500 abakhishwe ohlelweni lokufunda ngenxa yokungenzi […]

Abafundi bakuma TVET colleges abavela ezikhungweni ezahlukene eMaritzburg sebebhikishele emahhovisi enhloko yalesikhungo bekhala ngokuthi abaphathi bazishaya indiva izikhalo zabo. Ohlwini lwezikhalo zabo kubalwa nokungakhokhelwa yisikhwama sikahulumeni esixhasa abafundi uNSFAS kuze kube manje. Laba bafundi bakhala nangesimo sezindawo abahlala kuzo  kanye nezinye izinkinga abathi zisalokhu ziqhubeke njalo kuleskhungo. Listen to the full report here: Content hosted […]

The University of Zululand council says it’s concerned by the violent student protests at the University’s KwaDlangezwa campus north of the province. The university yesterday announced the closure of the campus, and directed all students residing on campus to vacate the residence. Listen here: Content hosted by iono.fm Meanwhile students representatives at the University say […]

Isigungu esihola Univesity of Zululand enyakatho yesfundazwe, sithi sikhathazekile ukuthi ezinye izinto ezifunwa ngabafundi azikho ngaphansi kwalenyuvesi. Izolo lenyuvesi imise ukufunda nokufundisa emva kokuthi abafundi beqale imibhikisho enodlame. Bashise ibhasi yenyuvesi kanye nemoto yamaphoyisa. Abafundi bakhala ngezokuphepha ezingaqinile, ukuguga kwenqalasizinda kanye nokuthi abanye abafundi abakayitholi imali yoxhaso lwabafundi iNSFAS. Usihlalo walesigungu, uNomarashiya Caluza, uthi lenyuvesi […]

Iskhungo, iSolidarity’s Helping Hands Study Fund Centre, sithi isikhwama esilekelela abafundi ngemali yokufunda ezikhungweni zemfundo ephakeme uNsfas, kumele sichaze kabanzi ngemali elinganiselwa ku 7.5 billion wamarandi esetshenziswe ngendlela engacaci ngonyaka owedlule. Oyiskhulumi seSolidarity, uStefan Pieterse, uthi bazimisele ngisho nokuyimangalela enkantolo iNsfas ngaloludaba. Listen here: https://iono.fm/e/817552 By: Gagasi FM News

Amaphoyisa athi asiqaphe ngeso elibanzi isimo eUKZN Howard campus, kulandela isigameko sokushiswa kwelinye lamabhilidi izolo nodlame oseluthe lwaqubuka namuhla. Abafundi bayaqhubeka nemibhikisho mayelana nokukhokhwa kwezikweletu zabo ezindala zakwa NSFAS. Okhulumela amaphoyisa uJay Naicker, uthi namhlanje abafundi abalinganiselwa ku 100 bashise imigqomo kadoti ebigudle iLibrary, bezama ukuphazamisa uhlelo lokubhalisa. Kumanje lesikhungo sesiphinde savalwa futhi njengoba isimo […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background