Police brutality

Umholi weDA kulesfundazwe, uZwakele Mncwango, uthi usevule icala ngesigameko sokudutshulwa kowesilisa waseSteadville eLadysmith, okubikwa ukuthi udutshulwe amaphoyisa. UMncwango uthi lo wesilisa udutshulwe amaphoyisa esendleni eya estolo ukuyothenga ugesi wekhadi njengoba kuvumelekile ukuthi abantu bekwazi ukuyothenga izinto ezibalulekile njengawo ugesi nokudla. Uthi sebekwazile ukubika loludaba ophikweni olubhekelele ukuphenya amacala athinta amaphoyisa i IPID. “Ngakho ke sithi […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background