Police
Ubaba womfana ominze edanyini iBizane eDumbe enyakatho yakulesisifundazwe, uThami Ntshangase, uthi ukhathazekile ngokungatholakali kwesidumbu sengane yakhe. Lomfanyana oneminyaka engu 17 ubudala kusolakala ukuthi uminze kulelidamu emvakokujahwa ngamaphoyisa. Kusolakala ukuthi amaphoyisa abepatilola kulendawo eku-Ward 5 afice iqeqebane labafana lidlala ibhola ase eyabahubha nalaphoke lomfanyana engene kulelidamu wangaphinde wabonakala. Ngokwemigomo yeNational Lockdown Level 3 abantu abakavumeleki ukuba […]
Uthisha oboshelwe icala lokuthumba nokubulala umfundi usephinde wagixabezwa ngamanye futhi amacala okubulala izingane zaseManguzi enyakatho yesfundazwe. Inkantolo yemantshi yakulendawo ithole ukuthi esitatimendeni sakhe esifungelwe, lothisha uzivumele yena kubaphenyi becala ukuthi wuye futhi owabulala izingane ezimbili ezatholwa ezindaweni ezahlukene zigqitshiwe. UZwelonke Cele, waboshwa ngemva kokutholakala kwesdumbu sika, Gagashe Cele, owabe eseduke amasonto amathathu sicwiywe izitho zomzimba, […]
By: Lindelani Mbatha Social development minister, Lindiwe Zulu, says all stakeholders must work together to fight the scourge of gender based violence in the country. Zulu had been speaking at the State of Hope Address in UKZN’s Westville campus in Durban. According to police reports a number of reported rapes rose 3.9% to 41 […]
-
Pages