Public Works

By: Lindelani Mbatha i-DA kulesisifundazwe ithi ifuna kuqaliswe uphenyo ngohlelo iExpanded Public Works Programme. Loluhlelo lubhekene nengqinamba ikakhulukazi ngaphansi komasipala weTheku njengoba abasebenzi befuna ukuqashwa ngokusemthethweni. Kwezinye izindawo kuphazamiseke nokuthuthwa kukadoti ngenxa yalesteleka. Obhekele imisebenzi kakhulumeni, uMartin Meyer, uthi indlela loluhlelo oluqhubeka ngayo abayithembisi. Listen here: Content hosted by iono.fm


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background