Recession

Isikhungo esibhekelele ezobuhlanga i-Institute for Race Relations, sithi zonke izakhamuzi kulelizwe kuzomele zizilungiselele isikhathi esinzima esizofika noma inini sokufadabala komnotho. Lesikhungo sithi kumanje ochwepheshe abaningi kwezomnotho balindele ukuthi iGDP okuyiyona ebheka iphinde ikale imikhiqizo yempahla kuleli yehle ngo 2% kanti abanye bathi njengoba isimo sishube kangaka ezweni, ingase yehle ngo 10% kuyaphezulu. Usolwazi kwa IRR, […]

Ungoti wezomnotho, uDante Mashile, uthi bekuvele kulindelekile ukuthi iNingizimu Africa ifadabalelwe ngumnotho kulesisikhathi sonyaka. Abakwa StatsSA sebememezele lokhu namhlanje, bethi kudalwe ukukhula kancane komnotho ngonyaka owedlule nokwenze ukuthi iNingizimu Africa ilahlekelwe yimisebenzi engaphezu kuka 100 000. Umengameli, uCyril Ramaphosa, ngesikhathi ethula inkulumo yakhe abhekiswe esizweni ngonyaka owedlule wathi uzimisele ukudala imisebenzi engu 200 000 njalo […]

Statistics South Africa has announced that the South African economy is officially in recession. The South African gross domestic product contracted by one-point-four percent in the fourth quarter of last year. This follows a decline of zero-point-eight percent. The latest figure has plunged the country into a technical recession, following two-quarters of negative growth. StatsSA’s, […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background