reopening schools
Undunankulu wakulesisifundazwe, uSihle Zikalala, useyalele othisha ukuba bangalubhadi ezikoleni namhlanje njengoba kwakumememezele umnyango wezemfundo emazingeni aphansi kazwelonke. uZikalala ubethulela abezindaba izinhlelo zikahulumeni njengoba kulindeleke ukuthi kuvulwe izikole ngenyanga ezayo eThekwini. Othisha kanye nezikhulu zezemfundo bekulindeleke ukuba namhlanje baye ezikoleni beyolungiselela ukuvulwa kwezikole. Ngesonto eledlule ungqongqoshe wezemfundo wamemezela ukuthi abafundi abenza uGrade 7 no 12 bazovula […]
Ungqongqoshe wezemfundo kulesifundazwe, uKwazi Mshengu, uthi wenelisekile ngezinhlolo ezikhona zokuqinisekisa ukuthi izikole zikulungele ukwamukela abafundi ngenyanga ezayo. uMshengu uthi zikhona izifunda asezihambele ukuyobheka isimo, nathi umsebenzi awubonile ukhomba ukuthi isifundazwe siza kahle ngamalungiselelo aso. Uthi anethemba ngakho ukuthi kuyothi kushaya usuku lokuvula izikole eziningi ziyobe zikulungele ukufundisa abantwana. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm By:Zilungile […]
-
Pages