Restaurant Association of South Africa
Oyisikhulu esiphezulu senhlangano yezindawo zokudlela i-Restaurant Association of South Africa, uWendy Alberts, usesole umengameli, uCyril Ramaphosa, ngokuzishay’indiva izitolo kanye nezindawo zokudlela, phecelezi ama restaurants. Kuzokhumbuleka ukuthi umengameli usanda kumemezela ukuthi izwe lizokwehlela ku level 3 welockdown, nokusho ukuthi amabhizinisi amaningi azovulwa, ngisho namabandla imbala. Kodwa ama-restaurants namanje awakavumeleki ukuthi avule ngokuphelele. U-Alberts uthi lemboni ibukelwa […]
-
Pages