Road rules

By: Mthokozisi Manqele   Oyinhloko yomnyango wamaphoyis’ omgwaqo kuMasipala waseJozini enyakatho yesfundazwe, uZama Ngwane Khumalo, usexwayise bonke abashayeli emgwaqeni kule nyanga yezokuthutha ukuthi bagawule babheke. Lokhu kuza njengoba kuzoqala kusebenz’ umthetho wokuphuc’ abashayeli abephula imithetho amaphoyinti angaholela ekutheni bagcine bephucwe nezincwadi zokushayela. Lo mthetho uhlose ukuthi bonke abashayela budedengu baqaliswe phansi bayofundel’ ukushayela. uNgwane Khumalo, […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background