SA Weather Service
Izangoma zezulu kwa SA Weather Service, sezixwayise ngemvula enamandla namakhaza ashubisa umnkantsha ezindaweni ezisenyakathi nempumalanga yalesifundazwe. Lamakhaza vele aseqalile ezindaweni eziningi, kanti lesimo kulindeleke siqhubeke okungenani izinsuku ezimbili. Oyisangoma sezulu uJulius Mahlangu, uthi azobuz’ukuthi ungubo ngakhi ezindaweni ezakhele izintaba zokhahlamba, nalezo ezisenyakatho kubalwa uPhongolo, Nongoma, Jozini, Umhlabuyalingana, Mtubatuba. Usenxuse izakhamuzi ukuthi zizivikele ngendlela efanele njengoba […]
Isikhungo esibhekelele isimo sezulu kulesisifundazwe sithi abantu kuzomele beqaphele njengoba kusukela namhlanje izulu lizoduma kakhulu ikakhulukazi enyakatho yesifundazwe. Kwezinye izifunda zivele seziqalile ukubonakala izimvudlana okufaka phakathi iNewcastle, iDannhauser kanye naseThekwini. Okhulumela leskhungo, uThandiwe Gumede, uthi ngokuhamba kosuku namhlanje lesisifundazwe kulindeleke imvula abalelwa ku-30%. Listen here: https://iono.fm/e/765992 By: Lindelani Mbatha
-
Pages