SAPS

Police union Popcru says government needs to do more to protect police officers. This follows the gunning down of Western Cape officer, Charl Kinnear, in his car outside his home in Bishop Lavis, Cape Town, on Friday. The 52-year-old was the commander of the Anti-Gang Unit. Popcru’s, Richard Mamabolo, says it is clear that Kinnear […]

At least 1685 police members have tested positive for Covid-19 to date, with 14 who have died. Lirandzu Thema, speaking on behalf of Police minister, Bheki Cele, says in the Eastern Cape, 186 members contracted the virus, 119 in Gauteng and 53 in KwaZulu-Natal. Almost 10 000 members stationed around the country have tested negative […]

Abantu abangu 4 sebedutshulwe babulawa ngenkathi indoda engaziwa ivulela ngenhlamvu esxukwini eCreighton ngase Xopo eningizimu yesfundazwe. Amaphoyisa athi omunye umuntu ulimale kanzima kulesgameko kanti kumanje usethola ukwelashwa esbhedlela. Aqhuba ngokuthi ababili abanye basinde ngokulambisa kulokuhlaselwa. Oyiskhulumi samaphoyisa akulesfundazwe, uNqobile Gwala, uthi sebembophile umsolwa. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm By: Bright Ntuli

The mother of a six-year old girl who’s body was found at a sugar cane field, after she was allegedly kidnapped from the mother’s car, has been arrested. The girl’s mother reported her missing on Sunday evening. Police spokesperson, Jay Naicker, says the mother told police that she was driving with her two children near […]

Ungqongqoshe wezokuThuthukiswa komnotho kulesisfundazwe, uNomusa Dube Ncube, usexwayise laba abathengisa impahla engangunyaziwe ukuthi babeka impilo yabantu engcupheni. Lokhu kulandela ukuboshwa kwabokufika abangu 53 eThekwini emva kwashaqwa nempahla abebeyidayisa. Ukuboshwa kwalaba kuyingxenye yokusebenza kwamaphoyisa okuhlose ukulwisana nokuthengiswa kwezimpahla ezingekho emthethweni ngalesikhathi kuvalwe izwe. Ungqongqoshe uthi emkhiqizweni ethathiwe bekukhona phakathi amakhondomu, ugwayi kanye nemithi yezinhlungu. Listen here: […]

Police say they have made a good start to the enforcement of the measures and regulations regarding the 21-day national lockdown to curb the spread of the coronavirus. Spokesperson, Brigadier Vish Naidoo, says law enforcement agencies are working together across all provinces to ensure movement restrictions and regulations are adhered to. Naidoo says they need […]

Imbhikisho ehambisana nodlame eqhutshwa ngamalungu omphakathi akhalaza ngokwebelwa izimoto eJozini, isikapakele naKwaMhlabuyalingana eNyakatho yesfundazwe. Lembhikisho iyaqhubeka yize ugqongqoshe wezokuphepha nokuvikelwa komphakathi kulesfundazwe, uBheki Ntuli, efike kulomphakathi wacela ukunikwa amaviki amabili okulungisa izikhalo zawo. Kanti kumanje imigwaqo yaseManguzi naseSkhemelele isivaliwe nayo kodwa abaholi balo mbhikisho ababonakala emigwaqweni. Listen here: Content hosted by iono.fm By: Mthokozisi Manqele

Ungqongqoshe wamaphoyisa, uBheki Cele, uthi akusilo iqiniso ukuthi izibhamu ezingekho emthethweni kuleli zithathwa emaphoyiseni. uCele ubephendula imibuzo yamalunga ephalamende. Ilunga leEFF ephalamende, uHenry Shembeni, utshele ungqongqoshe ukuthi izibhamu eziningi ezisezandleni zezigebengu zidalwa ubudedengu bamaphoyisa. uCele uthi ezinye izibhamu izigebengu zizithatha kulabo abadayisayo nalabo abasuke sebezithengile. Listen here: Content hosted by iono.fm By: Lindelani Mbatha

Amaphoyisa athi asiqaphe ngeso elibanzi isimo eUKZN Howard campus, kulandela isigameko sokushiswa kwelinye lamabhilidi izolo nodlame oseluthe lwaqubuka namuhla. Abafundi bayaqhubeka nemibhikisho mayelana nokukhokhwa kwezikweletu zabo ezindala zakwa NSFAS. Okhulumela amaphoyisa uJay Naicker, uthi namhlanje abafundi abalinganiselwa ku 100 bashise imigqomo kadoti ebigudle iLibrary, bezama ukuphazamisa uhlelo lokubhalisa. Kumanje lesikhungo sesiphinde savalwa futhi njengoba isimo […]

Isidumbu sowesilisa ongaziwa sesitholwe sidindilize ehlathini eSodwana Bay, enyakatho yesfundazwe, sinamanxeba okugwazwa esifubeni. Ozibonele lesidumbu, uSodwana Nxumalo, uthi bezwe ngephunga lento esibolile uma besondela bazithela phezu kukamufi. Amaphoyisa aseMbazwane athi aseluqalile uphenyo ngokushona kwalowesilisa kanye nokuthi ungubani wakwabani. UNxumalo uchaza ukuthi ubukeka kanjani umufi. Listen here: Content hosted by iono.fm uNxumalo usephinde wachaza nendawo lowesilisa […]

The South African Police Service is warning that the establishment of illegal dispensaries, online sites and social media platforms which are marketing and selling dagga and related products remains illegal, except where specifically allowed in terms of the Medicines and Related Substances Act. Last year the Constitutional Court ruled that it is not a criminal […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background