School calendar

Inyunyana yothisha iNaptosa, ithi ikhalenda elisha lezikole nelishicilelwe umnyango wezemfundo emabangeni ayisisekelo lizosiza kakhulu ekuthi abafundi nothisha bakwazi ukuqedela amakilasi angalonyaka. Ngokwekhalenda elisha, unyaka wokufunda ka 2020, usuzoqedwa ngomhlaka 15 December emabangeni aku Grade R kuya ku 11. Imiphumela ka Matric isizophuma ngomhlaka 23 February. Umengameli weNaptosa, uBasil Manuel, uthi kuyoba kuhle uma umnyango usebenzise […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background