School SGB
Umfelandawonye wezinyunyana iSolidarity usuqale umkhankaso wokuvikela imisebenzi yothisha kanye nabanye abasebenzi abaqashwe ngama SGB ezikoleni kuzwelonke. Izikhundla eziningini zisengcupheni yokuvaleka ezikoleni ikakhulu zalabo abanqashwe izikole hhayi uhulumeni njengoba abazali bengasayikhokhi imali yokufunda abantwana. Abazali abaningi bamisiwe noma baphelelwe imisebenzi nokwenza kube nzima ukuthi baqhubeke nokukhokhela izindleko zezikole. Okhulumela iSolidarity, uDirk Herman, uthi lena akusiyi inkinga […]
-
Pages