Sipho Hlomuka
Ungqongqoshe wakwaCogta kulesisifundazwe, uSipho Hlomuka, uthi lukhulu luyeza luyanyelela kumasipala waseNquthu enyakatho yalesisifundazwe ohluleka ukuthatha izinqumo ezifanele. Lomasipala usolwa ngokuhluleka ukuqoka ngokusemthethweni umeya kanye nokwenza uphenyo ngezinsolo zokungasebenzisi kahle imali. Kusukela ngo2017 lomasipala ubuhamba izinkantolo ngenxa yokungaboni ngasolinye nomnyango wakwaCogta emvakokuba lomasipala uqashe izikhulu ezintathu eziphezulu, nalapho inkantolo eyavuna umnyango. uHlomuka uthi izinto ezifuze lesi […]
Ungqongqoshe wezokubusa ngokubambisana kulesfundazwe, uSipho Hlomuka, uthi amaphoyisa kumele asebenze ngokuzikhandla ukuthola ababulali benduna yase Mtubatuba enyakatho yesfundazwe. uHlomuka ubekhuluma nabezindaba zeGagasi Fm emva kokuhambela umndeni, kaPhillip Mkhwanazi, izolo. Lenduna idutshulwe yabulawa abantu abangaziwa ngaphandle komuzi wayo eKhula Village, kanti uHlomuka uthi izigameko ezifuze lesi ziyakhathaza kakhulu. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm By: Lindelani […]
Ungqongqoshe wezokubusa ngokubambisana kulesisifindazwe, uSipho Hlomuka, usenxuse imiphakathi ukuba iqaphele njengoba isimo sezulu sisazoqhubeka nokuba simbi. UHlomuka ubekhuluma nabezindaba ngezinhlelo zikahulumeni wesifundazwe zokubhekana nezikhukhula kanye nokuduma kwezulu okuhlasele isifundazwe. Babalelwa ku 16 abantu asebeshonile ngalesisimo. UHlomuka uthi bazoqhubeka basiqaphe isimo. Listen here: https://iono.fm/e/775884 By: Lindelani Mbatha
MEC for Cooperative Governance and Traditional Affairs in the province, Sipho Hlomuka, says he has placed disaster management teams on high alert following reports received from the South African Weather Service which indicate a strong possibility of severe thunderstorms that could lead to localised flooding in large parts of the province. This warning comes as […]
-
Pages