state capture

Oyisikhulu esiphezulu kusikhungo iState Security Agency, uNokunqoba Dlamini, uthi kumqoka ukuthi bonke abasebenzi bahulumeni baphenyisiswe. uDlamini wethula ubufakazi kukhomishana kaZondo ephenya iState capture. Ubufakazi bakhe buzophinde bubheke nesizathu esenze ukuthi iVetting yenzeke kuzikhulu eziphezulu kuphela eminyangweni kahulumeni. Ephendula umbuzo kaChief Justice, Raymond Zondo, uDlamini uthi kuyimpoqo ukuthi mawusebenza kuhulumeni kwaziwe yonke into ngawe. Listen here: […]

Indodana yalowo obengusihlalo wakwaSAA, uDudu Mnyeni, uThalente Myeni, uthi ayikho imininingwane anayo ngenkontileka kaR2 million ahlomula ngayo eMpumalanga. uMyeni wethula ubufakazi kukhomishana kaZondo ephenya iState Capture eGoli. Wathola inkontileka yezigidi zamarandi yokuthuthukisa enye yezindawo esifundazweni iMpumalanga. Ubufakazi bakhe buzoncika kakhulu kunkontileka ayithola kusikhungo esisabalalisa amanzi ezingxenyeni eziningi kulesisifundazwe uMhlathuze Water. Ephendula uhola ubufakazi uAdvocate, Kate […]

Oyilungu lesigungu esiphezulu seANC, uRonald Lamola, usexwayise amalungu eANC ukuthi aliqaphele iqembu elizibiza nge RET, neleseka owayengumengameli uJacob Zuma. uLamola uthi amalungu alenhlangano asafuna iqhubeke indaba yokubanjwa kombuso ngobhongwane idlanzane kanjalo ne State Capture. Nokho lenhlangano, iRadical Economic Transformation Support Group, ithi uphiko lwezokushushisa iNPA lukheth’ iphelemasini ngokushushisa uZuma kwabaningi. uLamola uthi akubona kucace bha […]

By: Bright Ntuli The Freedom Front Plus says it is concerned about the terrible state in which the two national regulators, the South African Bureau of Standards and the National Regulator for Compulsory Specifications, find themselves. Both received qualified audit reports. Confirmed irregular expenditure for SABS amounted to 11.79 million Rand’s compared to 3.1 million […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background