StatsSA
Usomnotho, uAzar Jammine, uthi ukwenyuka kwamanani empahla akusho ukuthi abantu mabaqale batatazele ngoba lesimo sisazoshintsha. Izolo iStatistics South Africa, imemezele ukuthi amanani empahla angahle anyuke ngo 4.6% uma kuqhathaniswa nesikhathi esifanayo ngonyaka ophelile. uJammine uthi lesibalo singaphezulu kwaleso abebesilindele nabo kodwa akusiyo into ezohlala yize kusazoba nziba kubathengi. Listen here: https://iono.fm/e/833406 By: Zilungile Mkhize
Umfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi iCosatu uthi ukhathazekile ukuthi ukufadalala komnotho kuzoqeda namathuba emisebenzi. Abakwa-StatsSA bamemezele lokhu namhlanje, bathi kudalwe ukukhula kancane komnotho ngonyaka owedlule. Iningizimu africa ivele ibhekene nenkinga yokunyuka kwesibalo sabantu abangasebenzi ikakhulukazi intsha. Oyisikhulumi seCosatu, uSizwe Pamla, uthi nezindleko zokuboleka imali izonyuka kakhulu. Listen here: https://iono.fm/e/825238 By: Lindelani Mbatha
Statistics South Africa has announced that the South African economy is officially in recession. The South African gross domestic product contracted by one-point-four percent in the fourth quarter of last year. This follows a decline of zero-point-eight percent. The latest figure has plunged the country into a technical recession, following two-quarters of negative growth. StatsSA’s, […]
-
Pages