Strike

The University of South Africa is urging all students to make use of online facilities for registration purposes. Members of education and health union Nehawu, and the Academic and Professional Staff Association downed tools last week over salary increases. On Monday the South African Union of Students, called for a national shutdown of all universities […]

South African Airways says it is extremely concerned by threats of industrial action by labour unions over its restructuring process. The state owned airline has begun Section 189 consultations with labour as it estimates that over 900 employees might be retrenched as part of its turnaround strategy. SAA’s interim chief financial official, Deon Fredericks, says […]

Izinkulungwane zabahlengikazi abangaqashiwe ziyamasha enkabeni yedolobha iMaritzburg, zibheke emahhovisi omnyango wezempilo. Lamahlengikazi bakhala ngokunganakwa yilomnyango, abathi ushaya indiva izikhalo zawo nezifiso zokuqashwa ngokuphelele. Bathi owayengungongqoshe wezempilo kulesifundazwe, uSbongiseni Dhlomo, wabathembisa ukuthi bazoqashwa kancane kancane minyaka yonke, kodwa uze waphuma engakwenzaka lokhu. Laba sebetshele izindaba zeGagasiFM ukuthi sekuphele iminyaka engaphezu kweyishumi belinde ukusebenza. Listen here: Content […]

By: Bright Ntuli   Abasebenzi abangu 7 ababoshwe ngemva kokuthi begasele emahhovisi kamaspala weTheku bachitha indle ngoba bekhala ngokungaholelwa bayavela namhlanje enkantolo. Labasebenzi abangosonkotileka abancane abaqashwe usonkontileka oqashwe umaspala ukumoma indle emathoyilethi ezikhulu. Labosonkontileka bathi sekuphele izinyanga ezingu 6 besebenza kodwa bengaholi. Oyiskhulumi sikamaspala, uMsawakhe Mayisela, useyigxekile indlela labasebenzi abakhombise ngayo ulaka labo. Listen here: […]

By: Zilungile Mkhize Amaphoyisa asankanisile eThekwini lapho eqaphe khona isimo njengoba abasebenzi bamasipala beqhubeka nesiteleka sabo. Labasebenzi bamashele edolobheni namuhla beqhuba umkhankaso wabo mayelana nodaba lokwenyuselwa amaholo ngendlela ehlelekile. Bathi abahambisani nesenzo somkhandlu sokuqasha abantu boMkhonto Wesizwe ezikhaleni ebezikhona ekubeni kunenqwaba yabasebenzi abangaqashiwe ngokuphelele. Amaphoyisa athi azoqhubeka nokuqapha idolobha.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background