Stroke
Uthi bewazi ukuthi abantu bakuleli basemathubeni amaningi okushaywa yisifo senhliziyo kanye nesohlangothi ngenxa yesimo esingesihle somnotho. Lokhu kuvezwe ucwaningo olwenziwe yiskhungo semfundo ephakeme iHavard University eMelika. Leskhungo sesithole nokuthi izizwe ezinomnotho ongenzi kahle zinamathuba amakhulu okuphathwa yilezifo. Oyiskhulumi senkampani yezocwaningo iPharma Dynamics, uNicole Jennings, uthi ukufadabala komnotho wakuleli kufaka nengcindezi ezigidini zabantu bakuleli abaswele imisebenzi […]
-
Pages