Sy Mamabolo

By: Lethiwe Mdluli and Lindelani Mbatha Oyiskhulu esiphezulu kwa IEC, uSy Mamabolo, uthi abantu kumele baqinisekise ukuthi iEnvelope abazofaka kuyo iphepha lokuvota inesitembu. iIEC kuyimanje ibambe isithangami sabezindaba eGoli, lapho uMamabolo esechaze khona ukubaluleka kokuthola isitembu. Phambilini kubekhona imibiko ekuthi khona amaEnvelope angenazo izitembu. Uthi abantu kumele baqikelele ukuthi isitembu sikhona ngemuva kokungena kwibhokisi lokuvota […]

By: Lethiwe Mdluli Ikhomishana eyengamele ukhetho, iIEC, ithi isithole izikhalazo eziningi mayelana namagama amalunga amaqembu ezepolitiki asohlwini lwamagama alabo abazoba ngamalungu ephalamende. Oyisikhulu esiphezulu kwa IEC, uSy Mamabolo, uthi amaqembu athintekayo asazonikwa ithuba lokuthi aziphendulele ngalezikhalo. uMamabolo uthi bona basasalelwe izinsuku ezine ukuba bathathe isinqumo ngalezikhalazo ezingu53. “Siyi IEC sithole izikhalazo ezithinta amaqembu angu9, kanti […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background