Tito Mboweni
Abantu sebezwakalise abakulindele ukuthi kugxilwe kuko namhlanje kungqongqoshe wezezimali kuleli, uTito Mboweni. uMboweni uzobe ethula isabelo mali ephalamende khona maduzane nje. Lesabelo mali siza nje lelizwe libhekene nezinkinga zomnotho, ukungabibikho kwemsebenzi kanye nenkinga yezinkampani zikahulumeni ezingenzi kahle. Abantu babeke kanje ngezinto ekumelwe zibhekwe: Listen here: https://iono.fm/e/822447 By: Lethiwe Mdluli
Izinhlangano eziphikisayo kulesisifundazwe zithi uNgqongqoshe wezezimali, uTito Mboweni, kumele anciphise imali yezindleko zongqongqoshe. uMboweni kulindeleke ukuthi athule isabelo mali sakhe sika 2020/2021 ephalamende. Umholi weDA kulesisifundazwe uZwakele Mcwango uthi iningi imali echithwa kongqongqoshe enganasidingo. Listen here: https://iono.fm/e/822374 Khonamanjalo usihlalo weIFP kulesisifundazwe uThami Ntuli uthi uMboweni kumele afake kakhulu imali ekuthuthukiseni osomabhizini abasezindaweni zasemakhaya. Listen here: […]
Ungqongqoshe wezezimali, uTito Mboweni, uthi imibiko eminingi alokhu eyizwa ishiwo ngabahlaziyi nosomnotho ngesabelo mali sakhe, ishay’eceleni. uMboweni usho kanjena esithangamini sabezindaba eKapa, njengoba emahoreni ambalwa kulindeleke ethule isabelo mali sakhe sika 2020/2021. Iningi liqagula ukuthi izokwenyuka intela engezwa empahleni osuke uyikhokhela iVAT. Kodwa uMboweni uthi akusilo iqinisi leli. Listen here: https://iono.fm/e/822359 By: Bongani Gina
Economist, Dante Mashile, says Finance Minister, Tito Mbowen’s, national budget speech should focus on creating revenue capacity for government to implement infrastructure that works. Mashile says Mboweni also needs to pay more attention on state enterprises especially Eskom which is currently hindering work for manufacturing companies. Speaking to Gagasi Fm News, here is what Mashile […]
Opposition parties in the province say finance minister, Tito Mboweni, must address the immediate fiscal crisis and ongoing bailouts of public enterprises. Mboweni is expected to table the national budget speech for 2020/21 in parliament today. Listen here for the full report: https://iono.fm/e/822251 By: Lindelani Mbatha
There’s high expectation for Finance minister, Tito Mboweni’s, medium-term budget statement before parliament this hour. But do you know what the Mid-term budget speech is all about? This budget speech basically sees the government lay out their financial plans for the next three years as well as revisiting issues discussed from the previous year. The […]
-
Pages